Umuthi wokukhipha isichitho siyakwenzela nge price ephansi uyafutha ngawo , uyaphalaza ngawo kuphume isichitho. umuthi wokususa isichitho uhlanganisa lemithi elandelayo uGodide umuthi Isfutha umuthi Ingevu umuthi Unukani umuthi usungafaka eminye nawe. Emva kokususa isichitho lemithi iyahlala egazini iphenduke isinyama. Yonke imithi yesichitho kumele ikhishwe ngomuthi omhlophe egazini, emva kokusebenzisa umuthi wesichitho usuzothenga noma imuphi umuthi okilinayo uwusebenzise izinsuku ezilingana noma ngaphezulu kwalezi ozisebenzise ukhipha isichitho.
Isichitho sezimpethu kulapho ufakwe isichitho khona uvele izinduna ebusweni uma ukhama izinduna kuphume izimpethu ezinduneni. Okubi ngalesichitho uzondwa ngisho emsebenzini ungenzile lutho. Ubuso kuvele kube engathi bubolile.
isichitho sezintwala siningi kakhulu ngixakekile sengithaka imithi most abantu bayafika banenkinga yesichitho sezintwala and lesichitho sinenkani impela. ubona izintwala ziphuma ngoboya, kokunye kuphume amaqanda azo, udinga ukusikhipha sishe ngaphakathi lesichitho.
Uma ufuna umuthi wami othakiwe wokukhipha isichitho ngizokwenzela ngikuposele epep noma epost office noma sihlangane etown lena eseduze nami. Amen. inumber ikhona lapha kwi page
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.